Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Noma yini etshaliwe noma izimilele inezimpande zayo ezizalwa imbewu. Ingakho kuhlale kukhihliza izithelo. Uke wakucabanga lokhu ngawe ngokudalwa uMvelinqangi enjabulweni nasekuhluphekeni kwakho.
6 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sikhuluma ngokusebenzisana kwemithi yesintu neyasentshonalanga. Ingabe lemithi ihluke kakhulu ngempela noma kukhona okufanayo?
6 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala - Kulenyanga yezokuvakasha, sibheke ukuthi ngabe imaphi amathuba akhona kosomabhizinisi abakulemboni nokuthi bangakwazi kanjani ukuzimbandakanya nge ngqungquthela ye G20 ukuze bahlomule ulwazi lwezamabhizinisi oluzobakhulisa.
6 months, 3 weeks ago
#Jabulujle - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Brigadier Bhengu mayelana nobungozi bokuqashisa ngezindawo kubantu bokufika abangenazo izimvume zokuba kulelizwe.
6 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko -Gundi vs Ncamisile Khoza
6 months, 4 weeks ago
#Jabulujule -Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza –Owesifazane wanamhlanje kuningi angakufunda kuGogo akudlulisele esizukulwaneni esilandelayo.
6 months, 4 weeks ago
#Jabulujule - Sikhuluma no Mbuso Zulu onenhlangano engenzi nzuzo (usengashinsha foundation) nentokazi esencane uOwami Mhlongo.
7 months ago