Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ngikhulekise Kwehle umthwalo - Thola ukudla komphefumulo no Pastor Sthembiso Zondo
7 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Yini amandla nobungozi bezinkomo yoDondolo neBhoma onyongo zazo ziphakamisa owesifazane lapho egcagca , nobungozi balezi zonyongo.
7 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D -Sekuphele iminyaka emithathu singezwani ekhaya kuthiwa mina ngiyathakatha. Ngicela ningisize njengoba senginukwe kangaka nje liyogezeka kanjani igama lami.
Mam Khoza sekuphele iminyaka emithathu singezwani ekhaya ngaphandle kwengxabano, lento yokuthakatha ngize ngayizwa 2 weeks ago ngizwa ngomtanami naye…
7 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sikhuluma ngezinto ezidlulela ezinganeni zakho kusukela ingane uyithwele,
7 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Siyivulile inkundla kwabesifazane ukuthi sikhuluma ngezinto ezingaholela ekutheni ugcine usucindezelwa noma ukhungathwa izifo kanti konke lokhu kubangwa ingxabano nokungazwisisani kwenu ebudlelwaneni bezothando sizophinda sibheke ukuthi lokhu kuba nomthelela ongakanani empilweni yakho njengomuntu ngoba uyozithola unezifo ongazazi zibuyaphi kanti into ebeningayixazulula ngokuthi nihlale phansi nibe nendlela yokubhekana nezimo)
7 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma nenhlangano yabesifazane abagibela izithuthuthu abazibiza nge( The Ladies Behind Bars Female Bikers Forum) abasiza abantu besifazane abasejele uma bephuma izimpilo zabo zishintshe
7 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Okuhle Mngadi vs Qeen Zeeh
7 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ngokomthetho wesiko lesintu, unkosikazi ogcagcile ungumnikazi wamagceke
7 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Abantu besifazane abaningi bavakashelwa izinhlungu ezahkukahlukene. Ikhanda elingapheli, amadolo, isigcwagcwa belaphe badele ahlinzwe amadolo kubenhlanga zimuka nomoya. Konakelephi?
7 months, 1 week ago