Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko -Mthoko Imbongi Yokuthula vs Asibonge Zondi
6 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ukubaluleka nenhloso yomkhosi womhlanga.
6 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ngikhulekise Kwehle Umthwalo - Thola ukudla komphefumulo no Rev OT Dlamini oqhamuka eMethodist Church ,eMandeni
6 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Uke ucabange njengomzali ukuthi konke okwenzeka enganeni yakho kungenxa yakho. Unguthisha, ungumfundisi ungumelaphi sekuthiwa lengane inamadimoni. Sike sicabange ukuthi amadimoni amakhulu ithina njengabazali.
6 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Ukusebenzisana Phakathi kwemithi yesintu nemithi yodokotela basentshonalanga. Singenza kanjani ukuthi zikwazi lezinhlaka zikusebenzele ngaphandle kokuthi kube khona egxeka enye noma kube khoan esalella ngaphandle
6 months, 2 weeks ago
#Jabuujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu - Sibuka ukuphepha kwabantu abadala, abanye bathathelwa izimpesheni nokushiywa bodwa bengahleli namuntu, abanye bayadlwengulwa, abanye kuthiwe bayathakatha kanti kukhona ukugula nakho ngenxa yeminyaka mhlampe
6 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Noma yini etshaliwe noma izimilele inezimpande zayo ezizalwa imbewu. Ingakho kuhlale kukhihliza izithelo. Uke wakucabanga lokhu ngawe ngokudalwa uMvelinqangi enjabulweni nasekuhluphekeni kwakho.
6 months, 3 weeks ago