Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi -Sikhuluma no Slindokuhle Mlondo owumsunguli nomqondisi webhizinis iSLI M-CONSULTING, elilekelelela abantu ngamaphepha adingekayo uma ufuna ukufaka izicelo zomsebenzi lobuthishela ezweni lase China
6 months ago
#Jabulujule -Ikhaya Lamaciko- Siphethe osonkondlo ababili abazosikhumbuza ngamasiko nomalndo wakithi , sithi dlala ngamagama , dlala ngolimi, zigqaje ngobuzwe bakho ( Lurh Peace and Kwazi Umbhalo )
6 months ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha buchopho no Mbuso Khoza - Ukubalukela kokuba nehubo uma niwumndeni nifundise nesizukulwane esilandelayo, Nokuthi lisho ukuthini ihubo kuthina bantu abampisholo
6 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Kuthathu kufanele sikwenze uma sibhekelwa imisuka yezinkinga ezisikhungethe. Ukuhlanganisa, ukuhlaziya nokuhlunga. Ngaphandle kwalokhu uyohlale ubhukuda kwithombonkala
6 months, 1 week ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D -Sikhuluma ngezimfihlo,imfihlo eyenza umuntu angalali uma eyicabanga, kungenzeka yimfihlo yokufihlelwa abazali bakho bangempela. Waze nini ukuthi wobani abazali bakho, lokho kuyiphazamise kanjani impilo yakho lokhu?
6 months, 1 week ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sikhuluma ngokusebenzisa kwezihlahla iNtuma nomhlonyane.
6 months, 1 week ago
#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala -Ukubaluleka kokuba nencwadi yamafa.
6 months, 1 week ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane onenkinga yamaziyo oyinhlekisa emphakathini.
6 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu-Sibheke ubegebengu kobuntshontshwa kwemfuyo nokuthi singehlisa kanjani lobugebengu.
6 months, 1 week ago