Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Uyisihlahla sezihlahla zayizolo, uphinde ube imbewu yezihlahla zayizolo. Konke okwenzayo nokwenzeka kuwena kuseyimbewu nezihlahla zakusasa. Izithelo eseziyoba umlando womlando
4 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 18 November 2025- Sincoma AmaNdoda enza kahle. Ubani lendoda noma lobaba ongafisa ukumohakamisa empilwnei yakho
4 months, 1 week ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Namhlanje sithi asibheke izigameko ezingaba yimbangela yokuzibulala kwamadoda emphakathini.
4 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikuyona inyanga lapho iningi labantu bezothola khona imihlomulo yamabhonasi ,ukuhlukaniswa kwezimalizezitokofela,imifela ndawonye izohlukanisa izimali, izigebengu zithe bhe nazo zizothatha amathuba kulabo abazoba budedengu. Ingakho sithi asixwayisane sicushisane ngezokuphepha.
4 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko -Ndonyela VS Intandokazi Kamdali
4 months, 1 week ago
#Jabulujule -Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza –Ezinye izizwe ziyakhiqiza ,thina ndlu empisholo siyathenga sidle kuphele lapho. Singakushintsha kanjani lokhu?
4 months, 1 week ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Unezilwane ezine esicela siphinde sihlambulule ngazo eziyi ngxenye yemvelo. Kukhona konke esikwenzayo ngezitho zazo siye seiokhohlwa isitho esisodwa vo esisemqoka kunazo zonke kulezi zilwane
4 months, 1 week ago