Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikhuluma ngodaba lezokuphepha ezindaweni zokungcebeleka,ukuphepha olwandle uma uhamba nezingane, ubungozi bokuphuza utshwala bese uyongena olwandle,
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule -Ikhaya Lamaciko - Masiya Umbhali Wosiba vs Ntuthuko Mthembu
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule -khosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza –Sibuka uzibandlela njengesikhathi sokuziba izindlela,sihlale nomndeni sizikhothe amanxeba sibuke lokho ebesifisa ukuphumelela kukhona,lenyanga siyithathe njengesikhathi lapho kukhula okuhle ngathi
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Igama Ngiyabonga ledlula isithandwa esikhulu imali. Linjalo nje silenza ngokuliphimisa ngezindlela eziningi. Siliphimisa makwenzenjani, kanjani, ngani, nanini lapho singaliphimisi khona? sikhulume ngendlela yokubonga njengoba sekuyophela unyaka. Uma uvula umuzi ubonga kanjani, Uma uthenge imoto ubonga kanjani, Uma kukhona osinde engozini yemoto lowo muntu ubonga kanjani ekhaya? Igama elikhulu ukubonga sesiyowugoqa unyaka.
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 26 November 2025
giyabingelela Mamu Khoza , ngingowesifazane oshadile nabanye besifazane ababili ( isthembu sami) . U NKOSIKAZI WAMI OMNCANE UBHEKENE NENKINGA EMSEBEN…
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 November 2025
MAM Khoza ngiyabingelela ngicela ukungazisho igama ngingowesifazane oneminyaka engu 30 ngalotsholwa ngo 2019 ngambeswa kushoda usuku lomshado nginaba…
4 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Udokotela uphendula imibuzo
4 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngesimo somlaleli onobulili obubili, uzizwa engumfana kodwa ngapha uhluma amabele
4 months ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha buchopho no Mbuso Khoza - Umlando kamntwana uMagogo kaDinuzulu njengo mlondi womlando wesizwe.
4 months ago