Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ngikhulekise kwehle umthwalo - Thola ukudla komphefumulo no Bishop Thanda Zulu oqhamuka e Utterance of His Voice Bible Church International eMandeni
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Isifiso esikhulu sika noma ngubani ukuthola abantwana. Siganile ,siganiwe noma kungenziwe lutho kumbe senilobolene nagcagca kodwa lutho abantwana abatholakali. Kusuke konakelephi?
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule -Mpilonhele Mpilonde - asibheke ukuthi abantu bangabhekana kanjani nokukhathala okubangwa izinto eziningi sesiyowugoqa unyaka, izinto ezinje ngokusebenza amahora amade abantu bengayi ekhefini.
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu -sikhuluma ngobungozi bokuthi abantu abangaphuzi bese beyashayela
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Mfana kaMama vs King The Poet
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha buchopho - Sibheka impi yase ndonda kusuka, impi eyenzeka ngo 1856, eyenzeka endaweni ekuthiwa iseMandeni.
3 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo -Ezihlahleni zonke uMvelinqangi wazidala zehluka. Kodwa kuzona zonke ,uke uzibuze yini isiqu sibesinye sixhantele ezimpandeni, kodwa uma sesikhula sihlakazeke phezulu. UMkhanyakude uke uwubheke ukukhula kwawo?
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Sikhuluma ngesifo HIV/AIDS
3 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi -Isiphiphithi samaholidi ka December sesiqalile kanti siyazi kukhona osomabhizinisi abasemkhakheni wezokuhlela imicimbi, abaphekayo, ababolekisa ngamatende, sound, ababolekisa ngezimoto, abaculi abazobhukhwa beyocula..sizokhuluma ngokubaluleka kokuthi abantu babe nesivumelwano esibhalwe phansi …okuzokwenza ukusebenza kubelula nhlangothi zombili
3 months, 3 weeks ago