Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 November 2025
Ngiyabingelela Mam Dudu ngibingelele nakumlaleli woKHOZI FM.Udaba lwethu luthanda ukuba lude futhi lunzima, uma kufika lesikhathi sika December okuyi…
4 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Linda Thahane - Jabula uzibheke ungangcolelwa izithupha zakho ngalesikhathi sa-December.
4 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ngikhulekise kwehle umthwalo -Thola ukudla komphefumulo no Bishop Thanda Zulu oqhamuka Utterance of His Voice Bible Church International
4 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize -Kukhala isalukazi sisexhibeni izintatha : Kazi konakalaphi? Sekwaphatha abanamanga nabefundisi. Liphike ikhehla lithi : ukulahleka kwezimpande ezinhlanu akukho okunye lisho lizoqeketha.
4 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D -Namhlanje sikhuluma nomuntu owaziyo ukuthi umuntu athandana noma ahlalisana naye ushadile unomuntu emuva emakhaya.
4 months, 2 weeks ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Sikhuluma ngokukhathazeka ngokweqile okungaba nomthelela ongemuhle empilweni yomuntukusho ukuthi kuyawuthikameza umqondo kanti nalokho kungaba nomthelela ongemuhle ugcine usuphathwa nayisifo sohlangothi.
4 months, 3 weeks ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu - Sikhuluma ngeqhaza elibangabanjwa ngamalunga omphakathi nabazali njengoba kuzovalwa izikole
4 months, 3 weeks ago