Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza -Lenyanga yandulela inyanga enkulu yomkhosi womhlanga la khona amantombazane esuke enikela eNYokeni ukuyohlanganyela ekomkhulu ezigqaja ngobuntombi bawo. Sizoke sibheke lomkhosi nomsuka wawo kanye nemibhiyozo kanjalo namasiko ayaye yenzeke ngaphansi kwawo.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ingxoxo no- Fikile Magubane owaziwa ngelika Boneni endimeni yomculo.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo - Sibheka ibanga eselihanjwe yingono yomsamu kuJabulujule njengoba isikhona nakumabonakude kuSABC 1.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 August
Ngibingelele oKhozini ngicela ukungavezwa mina ngingo wesifazane
oneminyaka engu 28 nginenkinga yokuthi ngo 2017 ngathandana nendoda eshadile kuthe ng…
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Gloria Thandekile Mngadi owumsunguli nomqondisi wenkampani ebizwa ngokuthi Ingosi Yabantwana Tutoring school.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngesiko lokuthwalwa kwamantombazane oluvamise ukwenzeka endaweni zasemkhaya.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ijadu Le Africa - Sibheka izigaba zokukhula nokukhuliswa kowesimame aze afike esigabeni sokugogoda ubuGogo kanye nokukhokhoba ubuKhokho.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Dedisa isilingo, uthole ukudla komphefumulo no Pastor Vuyi Mkhize oqhamuka e Mount Zion Christian Centre.
2 years, 7 months ago