Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi ka Maskandi wesifazane u Dr Buselaphi Gxowa
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Qhakaza no Lady D - Sikhuluma no Ndalo Tenza owesifazane ongumshayeli wamabhanoyi oneminyaka engamashumi amabili nesine.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Sikhuluma ngesilumo. Ukungena esikhathini ngendlela engajwayelekile noma ukushintsha shintsha kwezinsuku zokungena esikhathini komuntu wesifazane.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Mpho Motloung nendodakazi yakhe u Aphiwe. Abasunguli bebhizinisi i-Petas SA Period box.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sibheka ukusetshenziswa kwamandla ngendlela engalungile ngabantu abaziphathi mandla ezindaweni zasemajele. Sikhuluma nomuntu wesilisa owake wabhekana nalesimo, wahlukumezwa ejele.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Ngabe kusho ukuthini ukuthi Mama,unina,isibhuda? uNCWABA wona uhlangana kanjani nowesifazane?
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Isonto lomhlaba wonke lokubungaza ukuncelisa ubisi lwebele. Sikhuluma ngokubaluleka kokuncelisa izingane ibele.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma no Lungi De Ville ngabantu besifazane abashiya izimpahla endlini yeNdoda.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Njengoba sivala inyanga yamadoda sibuka udaba le gender based violence, udaba lendoda eyaboshelwa ukushaya umuntu wesifazane.
2 years, 7 months ago
#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Ngabe siyakuqonda yini ukuthi ulimi luyisikhali esedlula zonke izikhali zonke emhlabeni?
2 years, 7 months ago