Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO MKhize - Ukwelapha kwendabuko kunomlando omude nojulile. Kufanele kesihlale sixoxa nasebemnkantsha ubomvu kulomsebenzi neziphiwo zabo. Silalele sixoxa nomunye umelaphi esigeqela amagula.
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Kuyini Ukuqunjelwa, Izimbangela zokuqunjelwa, iziphi izindlela yokwelapha lokhu?
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 18 September
Ngiyabingelela emsakazweni ohamba phambili mina
ngowesifazane oneminyaka ewu 20, nginenkinga nje yokuba no Mama
ojolayo, uMama wami uneminyaka engaphez…
2 years, 6 months ago
#Jabulujule -Sikhuluma ngesimo somunye owaboshwa ngokuthi abandakanyeke ebugebengwini wakhwabanisa imali waboshwa, manje usephumile uzama ukuqhubeka nempilo yakhe kodwa kunzima ngenxa yokuthi igama lakhe noma izithupha zakhe zibonakalisa ukuthi une-Criminal record okwenza kungabikho lula ukuthola umsebenzi.
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Abantu abaningi baphokophela ukuba sezikhundleni eziphezulu, umuntu thi esesitholile isikhundla eqhwakele, iqale inkathazo. Engakutholi ukuphumula ehlukumezeke kusuke sekonakelephi?
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Dr Nomcebo Mthembu ngoukuthi ayini ama- fibroids.
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Ngeviki eledlule siqalile ukukhuluma ngodaba lokubaluleka kwamakhosi nezinduna ekutheni kulwisane nobugebengu ezindaweni esiphila kuzo. Namhlanje sinesihambeli sethu esiqhamuka kwezinye zeyinhlangano esike sizwe ngazo ukuthi zilwisana nobugebengu emphakathini , sinoMnumzane Mncube oyisekela likamphathi wenhlangano ebizwa ngokuthi ISikebhe community Forum
2 years, 6 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Namhlanje sibuka ukwelapha kwesintu kuyadlondlobala. Umnyango wezenkolo nenjululwazi eUniversity of Kwazulu Natal uqale ukufaka ezifundweni zabo ngemfundiso yengqala uBaba u Credo Muthwa. Sixoxa no Solwazi Smangaliso Khumalo uBaba u Gumede ongumphathi wabelaphi, nogogo Ngidi usihlalo wabe laphi eGwala District.
2 years, 6 months ago