Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi u- Malibongwe Sithole odume ngegama lika Mally.
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Sibuka isiko lokungcwatshwa komuntu nokuntshontsheka kwenhlabathi yalo , sifuna ukubuka ukuthi ngabe ubuchwepheshe banamuhla bungasibekaphi uma singacwaninga ukuthi kuyiqiniso yini ukuthi uma kuntshontshwe inhlabathi yethuna ngabe ngempela kuba khona yini okubi okuzokwenzeka kulowo mndeni.
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Deda silingo, uthole ukudla komphefumulo no Prophetess Nelisiwe Zimu oqhamuka e All Nations Revival Ministries endaweni yase Centurion
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Namhlanje sibungaza usuku olubalulekile emhlabeni olaziwa nge (World Teacher’s Day) okuwusuku lapho okuhlonishwa iqhaza lothisha. Sikhuluma noNqoba Thabede ufundisa esikoleni ekuthiwa yi- Tholulwazi Primary School , ngomunye woThisha abadumile ezinkundleni zokuxhumana , unendlela afundisa ngayo izingane , indlela axhumana ngayo nezingane azifundisayo ukuze zikwazi ukuyizwa into ayifundisayo.
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Ukulotsholwa kwentombazane nokuganwa komfana kuyisibusiso esivela uMvelinqangi namathongo. Kugcagcwe, kukikizwe, bahlale ndawonye bawuphembe umuzi,kanti ngesikhathi bexabana kuze kuqhume isehlukaniso, kusuke sekwenzenjani?
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Sikhuluma nowale eSouth Coast Ithwasa le Khansela
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Sibheka udaba lokuhona phecelezi ( Snoring ).
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 02 October
Ngiyanibingelela Lady D nethimba lakho
ngowesifazane oneminyaka engu 28 kunento engifisa ukuyikhuluma eyimfihlo
esekuphele iminyaka ngiyifihlile , into…
2 years, 5 months ago
#Jabulujule - Qhakaza no Lady D - Sikhuluma no Lindo Buthelezi Odume ngegama lika Dogg Durban. Sikhuluma naye njengomsunguli nomqondisi wenkanpani eyaziwa ngokuthi yi-FameUs egxile ekutheni iqhamuke namasu okukhangisa noma ukuheha abantu ukuthi bathenge lowo mkhiqizo okuthiwa ama" brand marketing strategists".
2 years, 5 months ago