Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Iningi lethu hayi ngoba linezinkinga zidinga abelaphi nemithandazo, kodwa kokunye Indlela yokuzaleka ngendlela yokukhuliseka, nekhaya okhulele kulo. Ake sizibheke lezi zindlela namakhaya esikhulela kuwo. Konakala lapho sekufanele kube Khona okwenzeka kuwe.
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko -Mafahleni Wesizwe vs Sisanda Mthethwa.
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi - Sibhek imithetho ngokuthenga umuzi.
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sibuka ubungozi bezithupha ezingcolile kumuntu osevele eqalile ukusebenza manje usefuna ukuqala omunye umsebenzi.Lokhu kuba nomthelela ongakanani ekutheni aqhubeke nempilo aye phambili
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Ngikhulekise kwehle umthwalo no Pastor Zondo
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi wezenkolo u - Ayanda Ntanzi
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 April - Sikhuluma nowesifazane othi ulokhu ephupha umlisa thizeni ngathi kumele ashade naye.
Sikhuluma nowesifazane othi ulokhu ephupha umlisa thizeni ngathi kumele ashade naye , ulokhu evela ngephupho evezwa ehleli nabantu bakubo wesifazane …
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Ukuzaleka nokuzalwa kwakho kwabe kuyinhloso okufanele ukugcine emhlabeni. Uzelwe wakhula wanikwa ithuba, iliphi lelithuba, ulisebenzisile noma udlale ngalo?
1 year, 11 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 April 2024 - Sikhuluma noGogo okhala ngodaba lomzukulu wakhe ongena birth certificate eyashiywa kuyena uma wengane , wayishya inenyanga ezimbili izelwe, uam ebukisisa kahle noMawengane qobo lwakhe akanawo umazisi kodwa waphuma nengane esibhedlela asazi kanjani.Uzosichazela uGogo.
1 year, 11 months ago