Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha buchopho no Mbuso Khoza - Buyini ubungani kumuntu omusha ngabe buyinto yini angayibala njenga lokho okuwu mgogodla wempilo?
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Ingxoxo no Ntokozo Ngongoma ongumculi wezenkolo.
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Ngikhulekise Kwehle Umthwalo -Thola ukudla komphefumulo no Pastor Vuyi Mkhize oqhamuka eMount Zion Christian Centre.
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Sikhuluma ngokuthwetshulwa kwethongo lapho ekuthiwa umuntu ulithwebulile ithongo ukuthi lisebenzele yena. Ashone umuntu kuthiwe uthwetshuliwe, ebunyangeni kuthiwe uthathelwe idlozi melaphi thizeni usebenza ngalo. Kuyini lokhu
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nosibalele njengoGogo okhathazekile ngempilo yomzukulwane wakhe.
inkinga iqala ngesikhathi undodakazi wakhe ephikwa umfana asola ukuthi uyen aomkhulelisile kodwa ngokuhamba kwesikhathi unezinsolo lapho elokhu ebon…
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sikhuluma ngesifo sezikelemu kubantu abadala. Ungabona kanjani ukuthi unezikelemu futhi ungazilapha kanjani?
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala oqhamuka kwa Zikalala attorneys , sizokhuluma ngamathuba abantu abasha abangawathola emkhakheni wezomthetho.
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Tea Time 24 June 2024
Ngibingelele Mam Lady-D nethimba lakho, ngithe angedlulile nami
okusenhlizweni yami, ngiyazi baningi abahlezi bebhalela kuloluhlelo le Tea time, angaz…
1 year, 9 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu - Ukuntshontshwa nokuphulwa kwamatshe emathuneni- Uthini umthetho uma kukhona abantu abenza umonakalo emathuneni.
1 year, 9 months ago