Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala - Township Economy
1 year, 6 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngowesilisa owamcela ingane ,kodwa manje akasafuni ukuyondla ingane.
1 year, 6 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Singena kwinyanga yamagugu namasiko phecelezi heritage month, sithe ake sibheke izindaba ezithinta ubugebengu ezindaweni lapho ekubusa khona amakhosi nezinduna.
1 year, 6 months ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Omalungelo Mthembu vs Olwethu Hlongwa
1 year, 6 months ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza -Asivamisile ukubona umemulo wengane ekhubazekile, ngabe kusho ukuthini kumuntu onsundu onengane ekhubazekile kulesikhathi esiphila kusona?
1 year, 6 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Yiziphi izinyathelo ekumele uzilandele ukuze wenze lokhu okubizelwe ngabadala, ubona kanjani ukuthi unobizo labantu abadala
1 year, 7 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcembo Mthembu : Abesifazane abanenkinga yokukhulelwa,sizozwa ngezinye ngezinye zezimbangela ezingaba nomthelela.
1 year, 7 months ago
#Jabulujule - Notha ujule Ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala - Sibuka izinhlaka eziba khona uma kukhona ukungaboni ngasolinye kubantu emphakathini lokhu okuthiwa ngama (forms and conflict resolutions )
1 year, 7 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesifazane onenkinga ebudlelwaneni bakhe. Othandiweyo wakhe wanikwa amaphilisi e Depression, sekungathi anomthelela ongemuhle nasekamelweni ebudlelwaneni babo.
Sikhuluma ngodaba lowesifazane onenkinga yothandiweyo wakhe owaya kumuntu ozibiza njengomelaphi wendabuko , wamhlolela wathola ukuthi unabantu abad…
1 year, 7 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Linda Thahane - Sizobuka udaba lokushushumbiswa kwabantu besifazane besetshenziswa njengezigqila zocansi abanye besetshenziswa njengabantu abadayisa izidakamizwa phecelezi (female and child trafficking ).
1 year, 7 months ago