Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ngikhulekise Kwehle Umthwalo - ukudla komphefumulo no Bishop Thanda Zulu oqhamuak eUtterance of His Voice Bible Church International
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Umelaphi wendabuko ukwelapha kwendabuko, kuyini ngempela lokhu kusho ukuthini kithina sizwe sase Afrika. Yini izinsika neziko lakho?
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane owahlangana noweslisa owamtshela ukuthi unabantu abadla , lendoda iqhamuke njengomuntu omthandayo kanti izele izimali zakhe, yamqola imali ebalelwa ku R1,3 million.
Sikhuluma nowesifazane othi unobizo labantu abadala , wahlangana nalomlisa naye owamtshela ukuthi unabantu abadla , lendoda iqhamuke njengomuntu emth…
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcembo Mthembu - Ukudla okungaba nomthelela ukuthi izingane zisheshe zithombe.
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Mpumelelo Zikalala ,usichazela kabanzi ngeqhaza lamatekisi emnothweni wezwe.
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngokuthi yena nowakwakhe baphila nengcikwane lesandulela, nayo ingane yabo yokuqala yatheleleka. Manje baxakekile, abazi ukuthi bazoyitshela kanjani ingane ngoba inemibuzo yokuthi, kungani idla amaphilisi njalo.
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebebhu no Linda Thahane - Njengoba sikwi nyanga yezokuthutha ezweni lethu , sibheke ukubaluleka kokuqinisekisa ukuthi izithupha zakho azingcoli.
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Mzulu Imbongi vs Imbongi Eneqiniso
1 year, 5 months ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Kulandelana kanjani ukuzalana emindenini yabeNguni?
1 year, 5 months ago