Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Nkosing’phile Imbongi vs Sandile Boy
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ubumqoka bokwazi isibongo sakho,ulibo kanye nemisuka yemikhuba yegceke.
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Kukhona yini imfihlo esingayazi noma esiyaziyo ngabantwana abanesibindi sokuthatha intambo bazibulale noma esikoleni bahayize baze bawe. Kukhona yini lokhu esikwesabayo ukusukumela ngalezi zingane?
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Sikhuluma ngokukhathala kwengqondo nomzimba masekuphela unyaka.
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu- Sibheke labantu abavele beduke bengaziwa ukuthi bashonephi kanti umuntu uzihlalele kwanhliziyo ngise, ngapha umndeni ukhathazekile baze bayobika emaphoyiseni.
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Namhlanje sithi Isizwe sabeNguni noma ngithi kwaZulu sabe sivikelwe izangoma nezinyanga. Ubungoma, nezangoma nobunyanga buhlonishwa. Ngakube kusenjalo yini nanamhlanje kwelikaMthaniya na? uProfessor VVO Mkhize uzobe ehambisana nomelaphi wendabuko u Dr Ntombela Mabalengwe bake basichazele ngezigameko ezenzekayo kulomsebenzi wobunyanga nobungoma.
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Udokotela uphendula imibuzo yabalaleli.
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuthi kunomlisa owathatha umuntombi bakhe kodwa ongazange akhokhe inkomo ka Mah ekhaya kubo, manje lokhu ukhala ngokuthi kuyamphazamisa
1 year, 4 months ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngobugebengu mayelana nobuthi obutholakala ekudleni okuthengwa ezitolo.
1 year, 4 months ago