Podcast Episodes
Back to Search
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Siphethe osonkondlo bafika bezibiza nge ( Sawubona Poetry Community) Inkondlo ngosuku lwakusasa eyenziwa Osonkondlo abahlukene ngokuhlanganyela. (Simphiwe , Vuyani, Siyamthanda, Angel & Londiwe Zikode).
1 year ago
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Kungani owesilisa kumqoka ukuthi ayikhiphe inkomo kamama nakuba umama wengane yakhe eseke wahlangana nendoda phambilini
1 year ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof. VVO Mkhize - Uyohlale ukhala uthi izinto zakho azihambi kahle ziphambene kanti indlela okhuluma ngayo nabantu abadala. Inhlonipho yikukhuluma awukhuliswangwa ngayo ukukhuluma kuhambisana nokukhuliswa nesintu nekhaya
1 year ago
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngokuhlukunyezwa umzali wakhe omfuna imali kodwa elokhu engasebenzi into engacacile ngapha kumele abhekelele izingane zakhe
1 year ago
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - uDokotela uphendula imibuzo yabalaleli mayelana nesifo se Thyroid
1 year ago
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngodaba lowesilisa owashawa ngowesifazane, owavula icala enkantolo emuva kokuthi lona wesifazane wamlimaza esweni lokunxele kumanje akasaboni.
1 year ago
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Kunamaphupho nezibonakaliso ezihlale ziveza inhlanhla onayo nempilo eyayiphilwa kulomndeni wakini. Ngalokhu basuke bethi sukuma ubheke ulungise ngoba awuhluphekile inkinga ukungazi
1 year ago