Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 March 2026

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 March 2026

Published 1 week, 2 days ago
Description

Mam KHOZA ngake ngahlukumezeka othandweni, ngihlukunyezwa
ngokwezezimali, wathi uyangithanda , ngamnika imali, engasebenzi kubheda,
ngamgcwalisela ngemali efuna ukuqala ibhizinisi, ayikho into ewuthando.
We mam Khoza ( Le gender ) ayizazi ifunani ngoba umuntu umenzela konke kodwa lomuntu
uyaqhubeka ugijimisa izingane ezincane,udla yona lemali yami. Kukhona umuntu ongilalele
njengamanje ,ozothi ngagcina ngimbambile ukuthi ungenza isilima,uthatha lemali yami
wayokwakha omunye umndeni eceleni, bengingazi ukuthi kanti lomuntu unomunye
umndeni eceleni,..ingakho namhlanje ngithi asithande kodwa asithande ingqondo ivulekile
abantu kulezinsuku abezi ngoba bekuthanda , bafuna insebenzo yakho.
Mlaleli woKHOZI FM ngabe ngomunye wabantu abakusona lesimo noma owaphunyuka
kusona lesimo lapho uhlukenyezwa ngokwezezimali othandweni. Uphaphame nini wabona
ukuthi lapha ngiyahlukumezeka noma ngiyaphela lapha kusetshenzwa mina, awusixoxele
kwenzakalani, mhlampe ukhona ongafunda kuyona indaba yakho. Kungenzeka ungowesilisa
noma ungowesifazane odlala indoda egijimisa amantombazane kube kunguwe osebenzayo
ebudlelwaneni.

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us