Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 29 September 2025

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 29 September 2025

Published 5 months, 4 weeks ago
Description

Mam Khoza nginenkinga ngishade nomyeni wami ngo 2023. Kubo bakhonza koFakazi bakaJehova. Thina ekhaya silandela isintu. Sisalungiselela umshado wethu kwakuzinkinga ngoba kwamkhwenyana babengafuni ukuth kuhlatshwe nokubika. Kodwa bagcine bekhulumisene nomndeni wasekhaya bahlaba sashada nje kahle. Sithenge umuzi ke eGoli lasitoha khona nomyeni wami. Inkinga umyeni ufuna ukuhlaba abike umuzi wethu ngo December manje uyasaba ukutshela umama wakhe. Manje angaz ngingasho kanjan.Futhi Kimi kunzima ngoba kuzobe sengathi yimi engimenzisa lezizinto ekubeni yena akakhulunga ngazo. Ngicela ningisize nabalaleli ngenza njani makunje? Ngiyabonga kakhulu yimi ozithobayo ongathandanga ukuzidalula

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us