Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 12 May 2025

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 12 May 2025

Published 10 months, 2 weeks ago
Description

Mam Khoza Ngumlaleli  wokHOZI FM ngalingeka ngaphuma ngaphandle emshadweni wethu, first day kumakhwapheni safike sahlala isisu ngasibika ke isisu kumakhwapheni wavuma akangaba nankinga ngabe sengibuyela back kumyeni ngamutshela ukuthi kwenzakale kanje ngamitha, kwaba buhlungu waphatheka kabi kodwa wasethi yena angeke ahlukane nami uzoqhubeka akwenze konke obekufanele akwenze ekhaya, UMyeni wami wathi angibuyele kumakhwapheni ngimtshele ukuthi ngangingabonanga kahle ingane akuyona eyakhe i-scan sisho okunye, nebala mam Khoza ngamtshela kanjalo akangayizwa kahle lendaba umakhwapheni kodwa wathula, ngapha waqhubeka umyeni waletha nenhlawulo ingezamagceke saqhubeka sathandana okubuhlungu manje umyeni sewadlula emhlabeni ingane isabiza yena kubo kamnyeni khona bayalwazi udaba ngoba ingane abayinakile nami angisebenzi kunzima nje.Sengize ngicabange ukuthi ngibuyele kubaba walengane wangemepla kodwa manje lengane kubo myeni wami bazi ukuthi eyabo.

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us