Episode Details
Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 Oct
Description
Ngingowesifazane onemunyaka ewu 36, nginabantwana abawu 3 from obaba abehlukene
,owokuqala ngamuthola kwa Matric,owesibili kumyeni engaba unkosikazi
kuye owesithathu ku boyfriend engamuthola emnva kokuthi ngithathe
isinqumo sokushiya umyeni wami.
Loludaba Lude mhlampe mayikhona indlela singaluxoxa ocingweni
Kodwa inqikithi ithi sinomyeni simbaxa mbili sifisa ukulungisa izinto kodwa
manje umyeni wami uyamesaba umama wakhe kakhulu.
Ngapha ngino boyfriend ngiyamthanda konke engikuthanda ngomuntu
wesilisa uyikho uyakwenza kahle ngeneliseke ngakho konke lokhu
engangikuswele kumnyeni, inkinga yaqala mhla esengibeka isandla ngize
nginezibazi zakhe kodwa okunye okuyinkinga kakhulu kuye he went through
serious depression ngenxa yokulahlekelwa umsebenzi and abuse yasuka
lapho.
As for umuyeni wami as much as sayona mina bengizimisele ukudela konke
buyele kwami kaze yekele kumuthanda nengane yami iyangidinga nezinto
zesizulu zithi impela dadewethu ikukhomba emumnva naloyamundeni
sangithanda inkinga ngaye soze ashitsha.
Umubuzo omile uthi what about me? what about what I want ?what about
what I need? What about how I feel? What about what makes me happy.
Cela ukuyibeka ezithebeni kumndeni woKHOZI FM.