Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time 30 Oct

#Jabulujule - Tea Time 30 Oct

Published 2 years, 4 months ago
Description

ngithanda nobaba wezingane zami ezimbili sesine minyaka eyishumi sithandana
saqala kuthanda ngisafunda, yena ubengasafundi ngoba mdala kimi ngeminyaka since nginaye
sekukaningi engithembisa ukungilobola uthi angisho ekhaya mase kufika isikhathi uvele ajike nje
sekwenze kwaze kabili hhayi ukuthi imali akanoyo unayo if ube serious ngabe kade ngagana sedlale
ngami khakhulu engijolela ngakubo ngibe nikhona kubo ngiya naye njalo ngo december manje
angisathandi ukuya ngakubo ngoba bayangibuka nje ukuthi nasi isilima manje angazi yini ekumele
ngiyenze ngididekile ngapha akafuni ngiyosebenza ulokhu ethi ulungisela ikusasa lethu ,mina
nezingane zethu.
Uma ngimbuza njalo kuthi i future kanjani singashadile akangiphenduli ngicela i zeluleko kubalaleli
bomsakazo Ukhozi

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us