Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane oxakekile othandweni. Akazi ukuthi akhethe bani phakathi kwabesilisa ababili.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane oxakekile othandweni. Akazi ukuthi akhethe bani phakathi kwabesilisa ababili.

Published 1 year, 4 months ago
Description

Sizokhuluma nowesifazane oxakekile othandweni kukhona umlisa athandan naye kodwa into yabo iba on and off kanti kukhona omunye umlisa othe ukuba mdala kunaye othi ufisa ukuthi amzalelele ingane kuqala bese uyamlobola emuva kwalokho ngapha lona omunye umlisa akayikhulumi nhlobo indaba yengane yena usisi uthi uzizwa esekulungele ukuthi alamanise ngoba unayo ingane yokuqala kodwa manje akafuni ukuthi abe nengane yesibili engenaso siqiniseko sokuthi lendoda izokwazi ukunakekela lengane

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us