Episode Details

Back to Episodes
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuqalekiswa nguYise kwabheda yonke ito empilweni yakhe, washonelwa izingane, waxoshwa emsebenzini, waxabana noBababa wezingane

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuqalekiswa nguYise kwabheda yonke ito empilweni yakhe, washonelwa izingane, waxoshwa emsebenzini, waxabana noBababa wezingane

Published 1 year, 1 month ago
Description

Ngibingelele Mam Khoza nabalaleli bomsakazo UKHOZI FM …ngikhathazekile ngempilo yami engayi phambili. Impilo mam Khoza ingathi iboshiwe nezifungo zika Baba, uBaba bengithi mangonile ubengathathi uswazi engishaye kodwa ubevele, akhulume amagama abuhlungu athi ngeke ngilungelwe ilutho. Ngokwami ngibuka ngathi izifungo zika Baba seziyangilandela kuyimanje ngihlushwa ngisho nayindoda Mah eyashela unyaka wonke. Ngapha  ngishonelwe nangabantwana abawu baze bawu 4 ,Mam Khoza uma kuxoshwa abantu emsebenzini baqala ngami. Ngicela abalaleli no Babu VVO Mkhize bangilekelele ukuthi ibhadi elinje noma isiqalekiso esinjengalesi umuntu angabhekana naso”

Listen Now

Love PodBriefly?

If you like Podbriefly.com, please consider donating to support the ongoing development.

Support Us